Song Page - Lyrify.me

Lyrify.me

Ngeke ngimele ukuba ngize ngibe yinkosi by Walt Disney Records Lyrics

Genre: pop | Year: 1994

[SIMBA]
Ngizoba enamandl' inkosi, zitha qaphelani!

[ZAZU]
Weh, angikaze ngiyibone inkosi yezilwane enezinwele ezincane kanje

[SIMBA]
Kuzoba yim’ obukwayo okudlula amanye amakhosi
Ngifunda nokudelela ngijwayele ukubhodla!

[ZAZU]
Aha, kodwa-ke akusho lutho lokho

[SIMBA]
Sengijah' ukuba yinkosi!

[ZAZU]
Kodwa isende lendlela nkosana uma ucabanga...

[SIMBA]
Akothi yenzukuthi
[ZAZU]
Akekho othi iba la...

[NALA]
Akekho othi iba la

[ZAZU]
Akekho othi bheka la...

[SIMBA]
Akekho othi yeka

[ZAZU]
Ngikhululekile...

[SIMBA & NALA]
Akekho othi bheka la

[ZAZU]
Ngenza intando yami!

[SIMBA]
Ngikhululekile ilanga lonke

[ZAZU]
Mina nawe asixoxe
[SIMBA]
Ngеnza intando yami!

[ZAZU]
Ngibona kuyisikhathi sokuthi mina nawe sibe nokubonisana

[SIMBA]
Inkosi ayikudingi ukululekwa yizinsinyizi

[ZAZU]
Uma kunjе eb'khosini ngishiye phandle mina
Phandle komsebenzi, phandle kweAfrika, angifuni ukuba la
Ingani uwalahlile amasiko

[SIMBA]
Wo, ngijah’ ukuba yinkosi!

Sonke uma sibhek' ehlomb'
Bhekanani nasekunene
Lapho nibheka khona, ngime ngiyaqhakaza!

[ZAZU]
Hhayi manje!

[IZILWANE]
Zonk' izilwane mazijabule
Mazizwe wonke umhlangi nezinyoni
Isikhathi senkos' uSimba sifikile
[SIMBA & IZILWANE]
Ngijah' ukuba yinkosi!
Wo, ngijah' ukuba yinkosi!
Wo, ngijah' ukuba yinkosi!