Song Page - Lyrify.me

Lyrify.me

Amathafa by TeaMoswabii Lyrics

Genre: pop | Year: 2022

Chorus(Zeep-TeaMoswabii)

Ngithi Nguwe Isthandwa Sami
Ngithi Nguwe Ubambo Lwami
Ngithi Nguwe Isthandwa Sami
Ngithi Nguwe Ubambo Lwami

Aw'sengigudla Amathafa
Aw'ngagudla Izintaba
Ngfunana Nawe
Eyyyy Ngfunana Nawe
Uyeyeye...

Aw'sengigudla Amathafa
Aw'ngagudla Izintaba
Ngfunana Nawe

Ngfunana Nawe

Verse 1(Afel-Soul kulture)
Yey.. Ohhh!!!

Bath Indukwenhle Igawulwa Ezizweni "yea"
Leyakhingoma NgibhaleleNgqondweni "mmmm"
When I Met You Kwaphela Amagama Emlonyeni heeh...

Olwami Uthando Lutshisapha Entlizweni
Yeah....

Ngithi Ngyal'bamba Luvutha Bheh
Wena Nd'zoktshada Ufane noMabhele
Ongnika Isandla Sase Left
Ayikapheleli Eyelobola Ndizoy'Skarela

Woooohhhh....
Entlizwen Yam Khona Wena
Noma Ndivula Amehlo Sthandwa Ngbona Wena

Ohhhhhh!!!!
Namathela Mabhebeza
Uhlale Nami Ubengu Miss Manamathela

Chorus (Zeep-TeaMoswabii)

Aw'sengigudla Amathafa
Aw'ngagudla Izintaba
Ngfunana Nawe
Eyyyy Ngfunana Nawe
Uyeyeye...
Aw'sengigudla Amathafa
Aw'ngagudla Izintaba
Ngfunana Nawe
Eyyyyy Ngfunana Nawe

Verse 2(BlueTeeK-TeaMoswabii)

Eyhh..
MtanoMuntu Ngcela Ukwenza Umuntu Wami
Ngenzi Mali NgiSpende Nawe Iskhath Sami

You My Everything Uwena Ovula Amehlo Ami
I'll Do You Anything Ukuth Uhlale Duze Nam
Would You Marry Me Ukhulise Abantwami

Ngfuna Sphile Engath Askaze Sahlupheka
Uthando Engnalo Ngawe Sthandwa Al'soze Lwaphela

Ngfuna Sphile Engath Askaze Sahlupheka
Uthando Engnalo Ngawe Sthandwa Al'soze Lwaphela

Chorus (Zeep-TeaMoswabii)

Ngithi Nguwe Isthandwa Sami
Ngithi Nguwe Ubambo Lwami
Ngithi Nguwe Isthandwa Sami
Ngithi Nguwe.... Esheh..!!!
Produced By Kgaqas And Mixed And Mastered By Dj Teddy

Released_17 Oct 2021

@TeaMoswabii Music 2021