Song Page - Lyrify.me

Lyrify.me

Jabula by Talente Lyrics

Genre: pop | Year: 2020

(Intro)
Jabula Jabula Jabula Jabula
Namhlanje siyojabula

(Chorus)
Namhlanje
Awuke uthathe usizi lwakho
Ulibueke caleni
Tshela iyinkinga zakho
Uzozibona ekseni
Sowuhilikile umthwala
Bowung'hleli emahlombeni
Namhlanje elama nqam
Ziphi izikhwama s'hambeni

Siyojabula
Siyojabula namhlanje
Siyojabula
Siyojabula namhlanje

Awuke uthathe usizi lwakho
Ulibueke caleni
Tshela iyinkinga zakho
Uzozibona ekseni
Sowuhilikile umthwala
Bowung'hleli emahlombeni
Namhlanje elama nqam
Ziphi izikhwama s'hambeni
Siyojabula
Siyojabula namhlanje
Siyojabula
Siyojabula namhlanje

(Verse 1) [Talente]
Nali usuku engal beka umaka
Ngyojabula ngolaka
Aning mele ngez nkinga zam namhlanje angzukuz naka
Ngojabula into ezoxaka
Kwala kunga shoda isaka
Wena watshelwa ubani ukuthi awujabuli mawuyis'chaka
Aning xolisele eznkingeni
Niz'tshele ngyoz bona ekseni
And if ngingabuyanga shuthi sawu dibana ecaweni
Okwamanje into esem'qondweni
Ukuthi sa'hlaleleni
Ang'nandaba ukuthi syaphi but ziphi izkhwama s'hambeni

(Chorus)
Siyojabula
Siyojabula namhlanje
Siyojabula
Siyojabula namhlanje

Awuke uthathe usizi lwakho
Ulibueke caleni
Tshela iyinkinga zakho
Uzozibona ekseni
Sowuhilikile umthwala
Bowung'hleli emahlombeni
Namhlanje olama nqam
Ziphi izikhwama s'hambeni
Siyojabula
Siyojabula namhlanje
Siyojabula
Siyojabula namhlanje


(Verse 2) [Shon G]
Aha
Suka zinkinga zam namhlanje ngisayo shaya is'chathulo
Ang'safuni ukuzwa nex, ekhanda sek'duma injabulo
Namhlanje ang'buyi endlini mama kuyoze kuse
Ngiyoshaya ezibandayo otshele noDJ ayinyuse
Yeah, shiya is'cefe endlini sihambe s'yobangena
Fasa iz'ntambho zeteku ubambhelele s'yaturna
Ngisayo shaya amavosho
Ngisayo shaya amajika
Utshele nabantwana ukuthi ng'yeza ng'zofika

(Chorus)
Siyojabula
Siyojabula namhlanje
Siyojabula
Siyojabula namhlanje

Awuke uthathe usizi lwakho
Ulibueke caleni
Tshela iyinkinga zakho
Uzozibona ekseni
Sowuhilikile umthwala
Bowung'hleli emahlombeni
Namhlanje olama nqam
Ziphi izikhwama s'hambeni
Siyojabula
Siyojabula namhlanje
Siyojabula
Siyojabula namhlanje