Song Page - Lyrify.me

Lyrify.me

Isilingo by Khuzani Lyrics

Genre: pop | Year: 2021

Bekade s'phila sonke
S’sokola sonke
Ngimutshela zonk' i'insizi zami
Nganele ngasebenza
Useyangizond’ um'ngani
We m'ngani wami

Bekade s'phila sonke
S'sokola sonke
Ngimutshela zonk' i'insizi zami
Nganele ngasebenza
Aw'bheke useyangizond’ um’ngani
We m'ngani wami

Bekade s’phila sonke
S'sokola sonke
Ngimutshela zonk' i'insizi zami
Nganele ngasebenza
Buk’ akasang'khulumis' um'ngani
We m'ngani wami
Bekade s'hlala sonk' endlin'
S'phil sonk' endlin'
Ngimutshela zonk' i'insizi zami
Nganele ngasebеnza
Buk' akasang'khulumis' um'ngani
We m'ngani wami

We mali uy'silingo
Uy'silingo mal' yam' (wang'qhatha nabant' engang'hlеka nabo)
Wemali uy'silingo
Wo isilingo mal' yam' (yeyi, wang'qhatha nabant' engang'phila nabo)
Wemali uy'silingo
Uy'silingo mal' yam' (wang'qhatha nabant' engang'hleka nabo)
Wemali uy'silingo
Yey', uy'silingo mal' yam' (yeyi, wang'qhatha nabant' engang'phila nabo)

Imali yisilingo
Yisilingo imal' yam' (wang'qhatha nabant' engang'hleka nabo)
Nganele ngaphath' imal'
Akasang'khulumis' um'ngan' wam' (wang'qhatha nabant' engang'hleka nabo)

Imali yisilingo
Uyisilingo mal' yam' (wang'qhatha nabant' engang'hleka nabo)
Nganele ngaphath' imal'
Akasang'khulumis' um'ngan' wam' (wang'qhatha nabant' engang'phila nabo)
Wemali uy'silingo
Uy'silingo mal' yam'
Wemali uy'silingo
Uy'silingo mal' yam'

Imali yam', 'mali yam', 'mali yam', wo mali (wang'qhatha nabant' engang'hleka nabo)
Imali yam', 'mali yam', 'mali yam', wo mali (wang'qhatha nabant' engang'phila nabo)
Kodwa 'mali yam', 'mali yam', 'mali yam', wo mali (wang'qhatha nabant' engang'hleka nabo)
Kodwa 'mali yam', 'mali yam', 'mali yam', wo mali (wang'qhatha nabant' engang'phila nabo)