Song Page - Lyrify.me

Lyrify.me

Sbang imali by Bukul Lyrics

Genre: pop | Year: 2019

Sbang' imali

(intro)
Ngemuva kweminyaka engaka love
Sesidlul' entwen' engaka, cabanga
Sewuze sewuthol' ingane nami
Othi ngibuze ukuthi usangithanda na?
Ngaba ngibon' engathi sewudlala ngami
Ubongitshela makukhon' uGuy ozishaya ngaye

(Chorus) x2
Sweetie sweetie sweetie sweetie x3
Sbangani?

(verse)
Uzothi ushaya shaya mina
Bese ugcine uzishaya wena
Uyabona lento ozama ukuyenza
Ushidi wodwa lover
Mina ngisharp sharp mina
Mawungabekezela mina uyazi ukuthi
Ngizokunikeza uswidi wodwa love
Ukuthi angikakafiki langifuna ukuzibona khona
But uyazi mangifikakho siya bawla nawe. (Heee!!)
Ngibroke for now
Awume kancane
Ngane yami ibene step father
Mina ngisadla anhlamvana
Ngicela uyeke ukungihlaza
Ugcwalisa ukubaluhlaza
But angiyi ndawo
Ngizokushuka uze ube right
Lenkani egcwel' ekhanda
Ngizoyikhipha
Ngiyibeke phansi
Wenauzongifunda ungazi

(Chorus)
Sweetie sweetie sweetie sweetie x3
Sbangani?
Sweetie sweetie sweetie sweetie x3
Sbang' imali?

(outro)
Cause awukwazi ukuvel' usuke
Uhluthuk' inhliziyo!!
Awukwazi uvele' usuke
Ungenz' isidididi!!
Awungitshel' ubuthi usangithanda yini na?